Kuqubuku mhleza, umzimba wonke,
Makuqhamuka wena lovie yini ngishawa luvalo
Umlenze wakho dali ubhubhuzel′ umoya, isinqesakho
ksasekseni ngiqonde phiri, ngiyokhipa mathousand
kuncono ngiyolobola, ngivali bank account (woooo...)
intwengibonayo, ngofangilanda
woza my phathakahle (wongishawa luvalo)
woza my sondeza, ulale'sifubeni
baby you′re the one, akekhofana nawe
Dali wami, lovie wami, woza my fohloza
mangibona wena ngishawa luvalo, ng'julukubala, ng'cwaluthando, ng′thuthumelumzimba wonke
Nomungang′dlisa sekuyafana
hambu'yolandumuthi, lethakimi intando, ngigaxijazi dali, ngidlisemina
Ishaya kabuhlungu inhliziyo yami dali, umangicanga wena sweetie
yini ngishawa luvalo (wuuuu...)
inhliziyo yami icweluthando