verse
Oh wangishiya usweetie wami
Ngenxa yokuthi, ay seyiphilile imali yami
Wang'biza, wang'biza, wang'biza, ngamagama
Wangitshela ukuthi "sengithole abancono"
chorus
Dali wam' wangibuka wanginyanya
Uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla
Dali wami wangibuka wanginyanya
Heh uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla
chorus
Ah ngithi phel' amandla (phel' amandla)
Phel' amandla (phel' amandla)
Ngithi phel' amandla (phel' amandla)
Phel' amandla (phel' amandla)
Ey uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla
Hay aphel' amandla (phel' amandla)
Aphel' amandla yoh (phel' amandla)
Aphel' amandla yoh (phel' amandla)
Aphel' amandla yey uzong'khumbula
verse
Waphuma wahamba wathi ngiy'eGoli
Wang'bhekisela phansi, westhandwa sami
Wakhuluma kabi ngomkhukhu wami ma'
Ikhaya lethu, ikhaya lethu webabo
(Mmm, ikhohliwe ung'shiyile)
(Wait a minute, let me finish)
Uye wang'shiya nengane zethu
Ey wayokhulisa, ey wayokhulisa
Omunye umuzi wenye indoda
chorus
Dali wam' wangibuka wanginyanya
Uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla
Dali wami wangibuka wanginyanya
Heh uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla
chorus
Hay aphel' amandla (phel' amandla)
Aphel' amandla (phel' amandla)
Aphel' amandla yoh (phel' amandla)
(Phela amandla uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla)
Hay hay hay hay aphel' amandla (phel' amandla)
Aphel' amandla (phel' amandla)
Aphel' amandla yoh (phel' amandla)
(Phela amandla uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla)
bridge
Aw ye (hey iyelele) oh, o-o-oh
Aw yeyeyeye (phela amandla)
Aw yeyeyeye (phela amandla)
Helele helele (phela amandla) helele hey yeah
(Phela amandla uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla)
chorus
Dali wam' wangibuka wanginyanya
Uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla
Dali wami wangibuka wanginyanya
Heh uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla